0:00
0:00

Isahluko 117

Dumisani uJehova nina bezizwe zonke, nimbabaze nina bantu bonke.
2 Ngokuba umusa wakhe mkhulu kithina; iqiniso likaJehova limi phakade. Haleluya!